Walt Disney Records — Ngeke ngimele ukuba ngize ngibe yinkosi

[SIMBA] Ngizoba enamandl' inkosi, zitha qaphelani! [ZAZU] Weh, angikaze ngiyibone inkosi yezilwane enezinwele ezincane kanje [SIMBA] Kuzoba yim’ obukwayo okudlula amanye amakhosi Ngifunda nokudelela ngijwayele ukubhodla! [ZAZU] Aha, kodwa-ke akusho lutho lokho [SIMBA] Sengijah' ukuba yinkosi! [ZAZU] Kodwa isende lendlela nkosana uma ucabanga... [SIMBA] Akothi yenzukuthi [ZAZU] Akekho othi iba la... [NALA] Akekho othi iba la [ZAZU] Akekho othi bheka la... [SIMBA] Akekho othi yeka [ZAZU] Ngikhululekile... [SIMBA & NALA] Akekho othi bheka la [ZAZU] Ngenza intando yami! [SIMBA] Ngikhululekile ilanga lonke [ZAZU] Mina nawe asixoxe [SIMBA] Ngеnza intando yami! [ZAZU] Ngibona kuyisikhathi sokuthi mina nawe sibe nokubonisana [SIMBA] Inkosi ayikudingi ukululekwa yizinsinyizi [ZAZU] Uma kunjе eb'khosini ngishiye phandle mina Phandle komsebenzi, phandle kweAfrika, angifuni ukuba la Ingani uwalahlile amasiko [SIMBA] Wo, ngijah’ ukuba yinkosi! Sonke uma sibhek' ehlomb' Bhekanani nasekunene Lapho nibheka khona, ngime ngiyaqhakaza! [ZAZU] Hhayi manje! [IZILWANE] Zonk' izilwane mazijabule Mazizwe wonke umhlangi nezinyoni Isikhathi senkos' uSimba sifikile [SIMBA & IZILWANE] Ngijah' ukuba yinkosi! Wo, ngijah' ukuba yinkosi! Wo, ngijah' ukuba yinkosi!


Other Walt Disney Records songs:
all Walt Disney Records songs all songs from 1994